BANINGI from HOLA KAU by Bopha Blackman AFM
Tracklist
| 1. | Bopha Blackman AFM - BANINGI | 3:14 |
Lyrics
BANINGI
Baningi ..Abazobanekwali,
ngoba ngikwazi uk’thatha italente ngaliphendula ispani/ x4
Verse1
K’dala ngizama ukuhlanganisa/ left and right ngipatanisa/ ngingena
ngapha,ngiphume ngapha , kuvalwe gapha, bang’bhayizisa/ italente
ngilsebenzisa/ ama punchlines abahlanyisa/ not knowing ukuthi ubunswembu
nama props kuyangilambisa/
Bengiyintwana Fede nami bengisakhula/ bengigcwele uk’dlala manje sekufuneka
imoola/ uk’hlanganisa kona angeke kubelula/
Kodwa ngiyazi umlomo ongakhamisanga awufunzwa/
I’m a go getter, ngiyabangena, ngigcwala ngabo/ ngifun’imali khona kuzodliwa
ipizza ngowami umcwabo/ Phansi ngok’sokola.
Phez’kwalokho ng’phuma eZola/ ngi jukebox, k’mele fake imali mawufuna
ukungizwa ngidlala ingoma/.
(Chorus)
Baningi ..Abazobanekwali, ngoba ngikwazi uk’thatha italente ngaliphendula
ispani/ x4
I paid my dues cash, azange ngithole ichange ne slip/
baz’buza who’s that ngama comments nyana acheap/
awushaye iBoomBap kau, so you can run the streets/
I’m on that new trend, yokwenza iqiniso li taste sweet/
Kanti k’mele kufe bani,/ entlek kau ikwaali elani?
Wenza ishow bakhipha imali Mara Mina awungibhadali/
Entlek ung’thatha kanjani/ Ufuna ngiz’grafe ngenkani/
Ngeke kube mnandi ngoba ngizofika ngithathe kwasani/
Ak’sunoma ubani, oyenza ngaledlela/
Ufuna ingoma ng’funa imali/
Manje kau dedela/
Ungazami ukung’nokha ngoba izinto zok’bhedela/
Iwallet yakho iRobben Island, manje dedela uMandela/ man.
(Chorus)
Baningi ..Abazobanekwali, ngoba ngikwazi uk’thatha italente ngaliphendula
ispani/ x4
Credits
Composer: Bopha Blackman AFM - Producer: Gift "Side Effex"Nkosi







